AWA

Vezandlebe

0
0
  • 1990.03.26
  • 4:03
AWAで聴く

歌詞

Umfowethu uyahlupha -- angazi impela ukuthi uqonda ukwenzani (My brother bothers me -- I really don't know what he's up to) Umfowethu uyahlupha -- ukhuluma izinto engingazazi (My brother bothers me -- he speaks of things I have never heard) Umfowethu uyahlupha -- wenza sangathi uyangingcokolela (My brother bothers me -- it's as if he is trying to put me down) Umfowethu uyahlupha -- maka yeke ukungikhulumela kabi (My brother bothers me -- he should stop talking behind my back) Nakho-ke usetshela abangane bakhe (There! he is telling his friends) Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door (That I am an illegitimate child, that I come from 'next door') Elakwabani? (Whose child is this?) Elakwabani ivezandlebe (Whose is this child with his ears sticking out?) Selicwayisa amehlo livezandlebe (It is blinking its eyes, this child of questionable origins) Umfowethu uyahlupha -- sakhula naye saqudelana (My brother bothers me -- we grew up together always competing) Umfowethu uyahlupha -- ngamehlula njalo noma ngani (My brother bothers me -- I always beat him in every way) Umfowethu uyahlupha -- umdala kodwa ungathi usemncane (My brother bothers me -- he is older than me but he never acts his age) Umfowethu uyahlupha -- ngisuphotha ikhaya kodwa yena akanandaba (My brother bothers me -- I send money home, but he doesn't care...) Nakho-ke usetshela abangane bakhe (There! he is telling his friends) Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door (That I am an illegitimate child, that I come from 'next door') Elakwabani? (Whose child is this?) Elakwabani ivezandlebe (Whose is this child with his ears sticking out?) Selicwayisa amehlo livezandlebe (It is blinking its eyes, this child of questionable origins) Khuzani khuzani (Admonish, admonish) Khuzani, webaba noma (Admonish him, Dad and Mom!) Elakwabani? (Whose child is this?) Elakwabani ivezandlebe (Whose is this child with his ears sticking out?) Selicwayisa amehlo livezandlebe (It is blinking its eyes, this child of questionable origins)

このページをシェア

Johnny Clegg/Savukaの人気曲

Johnny Clegg/Savukaのアルバム

Johnny Clegg/Savuka
の他の曲も聴いてみよう
AWAで他の曲を聴く
はじめての方限定
1か月無料トライアル実施中!
登録なしですぐに聴ける
アプリでもっと快適に音楽を楽しもう
ダウンロード
フル再生
時間制限なし